ImiBhalo eNgcwele
ImiBhalo yoKholo 1


ImiBhalo yoKholo
yeBandla likaJesu Kristu labaNgcwele beziNsuku zokuGcina

Isahluko 1

1 aSikholwa ku bNkulunkulu, uBaba waPhakade, nakuyo ciNdodana Yakhe, uJesu Kristu, naku dMoya oNgcwele.

2 Sikholwa wukuthi abantu bayojeziswa nge azono zabo uqobo, futhi hhayi ngesiphambeko sika-bAdamu.

3 Sikholwa wukuthi nge aNhlawulo kaKristu, bonke abantu banga bsindiswa, ngoku chlonipha dimithetho ne zimiso ezeVangeli.

4 Sikholwa wukuthi imigomo ne azimiso zokuqala zeVangeli yilezi: okokuqala, bwuKholo eNkosini uJesu Kristu; okwesibili, cwukuPhenduka; okwesithathu, dukuBhabhadiswa ngokucwiliswa ukuze ku ethethelelwe izono; okwesine, ukuBekwa fizandla ukuze uthole gisipho soMoya oNgcwele.

5 Sikholwa wukuthi indoda kufanele aibizwe ngokukaNkulunkulu, ngokwe bsiphrofetho, nangokubekwa cizandla yilabo abase dgunyeni, ukuba eishumayele iVangeli futhi yenze fizimiso zalo.

6 Sikholelwa aohlelweni olufanayo nalolo olwalukhona eBandleni laseNdulo, okungukuthi, babaphostoli, cabaphrofethi, dabashumayeli, abafundisi, eabavangeli, njalo njalo.

7 Sikholelwa aesiphweni se bzilimi, soku cphrofetha, se dsambulo, se emibono, soku fphilisa, soku ghunyushwa kwezilimi, njalo njalo.

8 Sikholwa wukuthi aiBhayibheli li byizwi likaNkulunkulu kangangoba lihunyushwe cngokuyikho; sikholwa futhi wukuthi diNcwadi kaMormoni iyizwi likaNkulunkulu.

9 Siyakukholwa konke lokho uNkulunkulu asekwa ambulile, konke lokho Yena akwembula manje, futhi sikholwa wukuthi Yena usazo bkwembula izinto eziningi nezinkulu nezibalulekile ngokuphathelene noMbuso kaNkulunkulu.

10 Sikholelwa aekuqoqweni kwangempela kuka-Israyeli nasekubuyiselweni kwe bZizwana eziyiShumi; ukuthi ciSiyoni (iJerusalema eNtsha) izokwakhiwa phezu kwezwekazi iMelika; ukuthi uKristu uzo dbusa yena uqobo emhlabeni; futhi, nokuthi umhlaba uzo ekwenziwa musha futhi ube ne fsimo esifana ne gparadesi.

11 Sazi ukuthi ailungelo lokukhonza uNkulunkulu uMninimandla Onke ngoku btshelwa ngo cnembeza bethu lingelethu, futhi sivumela bonke abantu ukuba babe nelungelo elifanayo, banga dkhonza ngendlela abathanda ngayo, nalapho bethanda khona, noma lokho abakuthandayo.

12 Sikholelwa ekubeni ngaphansi kwamakhosi, omongameli, ababusi, futhi nezimantshi, ekuthobeleni, ekuhlonipheni, nasekusekeleni aumthetho.

13 Sikholelwa ekubeni asithembeke, ekubeni neqiniso, bebumsulweni, ekubeni mnene, ekulungeni, nase ckwenzeni okuhle kubo bonke abantu; impela, singasho ukuthi silandela dumyalelo kaPawulu—Sikholwa ezintweni zonke, esethemba izinto zonke, sesi bekezelele izinto eziningi, futhi sethemba ukuthi sizokwazi uku fbekezelela zonke izinto. Uma kukhona noma yini gelungile, ethandekayo, noma enobuntu noma encomekayo, sizama ukuzithola lezi zinto.

Joseph Smith.