Friend (Umngani)
Uyini Umkhuleko?
Ngo-Ephreli 2024


“Uyini Umkhuleko?” Umngani, ngo-Ephreli 2024, 46–47.

Umyalezo waNyanga zonke weFriend (Umngani), ngo-Ephreli 2024

Uyini Umkhuleko?

Isithombe
Intombazane ikhuleka eceleni kombhede

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

Umkhuleko yindlela esikhuluma ngayo noBaba oseZulwini.

Isithombe
Umfana ekhuleka ebaleni lokudlala

Singakhuleka noma inini, noma ikephi. UBaba oseZulwini uyosizwa njalo.

Isithombe
Umfana ekhuleka ePrimary

Sisebenzisa amagama abonisa uthando nenhlonipho lapho sithandaza.

Isithombe
Umfana ekhuleka nomndeni

Sibonga uBaba oseZulwini ngezibusiso zethu. Futhi singamcela usizo.

Isithombe
Intombazane ikhuleka embhedeni

Ngiyaluzwa uthando lukaBaba oseZulwini isikhathi ngasinye lapho ngithandaza!

Ikhasi Lokufaka Imibala

Ngingakhuleka KuBaba Osezulwini

Isithombe
omunye umbhalo lapha

Umfanekiso ngu-Adam Koford

Ukhulekela ini wena?