Amasu Okufunda
INkomba yoMhlahlandlela eBhayibhelini EliNgcwele


INkomba yoMhlahlandlela eBhayibhelini EliNgcwele

IBhayibheli lihlukanisiwe laba yizingxenye ezimbili: ITestamente eliDala neTestamente eliSha. ITestamente eliDala lingumbhalo ongcwele wezenzo zikaNkulunkulu nabantu Bakhe besithembiso eZweni eliNgcwele. Liqukethe izimfundiso zabaprofethi abanjengoMose, uJoshuwa, u-Isaya, uJeremiya, noDaniyeli. ITestamente eliSha lilobe ukuzalwa, ubufundisi basemhlabeni, iNhlawulo, noVuko loMsindisi. Liphetha ngobufundisi kwabaPostoli boMsindisi.

Lomhlahlandlela unikeza izinkomba ezisizayo eBhayibhelini ezihlanganiswe ngaphansi kwezihloko ezilandelayo:

  • UbuNkulunkulu

  • IziHloko zeVangeli

  • Abantu

  • Izindawo

  • Izehlakalo

Ukuthola izinsiza zokufunda ezengeziwe, bheka iziHloko zemiBhalo eNgcwele, ezishicilelwe neNcwadi kaMormoni, IMfundiso neziVumelwano, kanye neGugu leNani eliKhulu.

UbuNkulunkulu

IziHloko zeVangeli

Abantu

Izindawo

Bheka futhi amabalazwe nezithombe ukulandela lenkomba yomhlahlandlela weBhayibheli.

Izehlakalo