Ngo-2010
Cula Iculo Lakho Elimnandi
Juni 2010


Izingane

Cula Iculo Lakho Elimnandi

uMongameli uMonson wakhuluma ngemizwilili emithathu kaDade uMcKee. Ezimbili zaziphuzu yonke indawo. Yayibukeka ilungile! Eyesithathu yayingabukeki ilungile ngokuba yayinamabala ampunga ezimpikweni zayo. Kepha uDade uMcKee wayeyithanda ngokuba yayicula kamnandi.

Abambalwa abantu bazizwa bengasibahle noma bengahlakaniphile njengabanye. Kepha omunye nomunye umuntu ubalulekile eNkosini. Singaba nokholo futhi sibenesibindi futhi sisebenzise iziphiwo zethu ukusebenzela abanye. Manjalo singabafana nomzwilili ophuzu onobumpunga ezimpikweni zayo. Asiphelele du, kepha sicula iculo lethu elimnandi!

Bhala izindlela ezintathu ongacula iculo lakho elimnandi eNkosini.

Ngingacula iculo lami elimnandi eNkosini ngoku: