Ngo-2021
Abefundisi Balifundisa Ivangeli
Ngo-Ephreli 2021


“Abefundisi Balifundisa Ivangeli,” Friend(Umngani), ngo-Ephreli 2021

Umyalezo Wanyanga zonke we Friend (Umngani) ngo-Ephreli 2021

Abefundisi Balifundisa Ivangeli

Isithombe
Abefundisi ababili bangesikhathi sekhulu leminyaka ye-19

Imifanekiso yenziwe ngu-Apryl Stott

Emva kokuba iNcwadi kaMormoni isishicilelwe, uNkulunkulu wabiza abefundisi ukuba bahambe ukuyofundisa abanye abantu ngayo.

Isithombe
USamuel Smith ebeka amakhophi eNcwadi kaMormoni

Umfowabo kaJoseph Smith, uSamuel, waphatha isikhwama esasigcwele amakhophi eNcwadi kaMormoni ukuba abelane ngawo. Abantu bahlangana ndawonye ukumuzwa efundisa.

Isithombe
Umfundisi wangesikhathi seminyaka eyikhulu ye-19 efundisa esiQhingini sasePacific

Abanye abefundisi bafundisa abantu eYurobhu. Abanye bafundisa abantu ababehlala eziqhingini.

Isithombe
Abefundisi besifazane bangesikhathi seminyaka eyikhulu ye-19 eNgilandi.

Kamuva, abefundisi bokuqala besifazane babizwa ukuba bayofundisa eNgilandi.

Isithombe
abantwana endaweni yokudlala, befunda iNcwadi kaMormoni

Nami ngingaba ngumfundisi. Nami ngingabelana ngeNcwadi kaMormoni nabanye.

Ikhasi lokufaka Imibala

Nami Ngingalifundisa Ivangeli

Isithombe
abantwana nezithombe zikaJesu

Ungabatshela kanjani abanye ngoJesu Kristu na?