Amasu Okufunda
3. INdawo yeMelika yaseNew York, ePennsylvania, kanye nase-Ohio


3. INdawo yeMelika yaseNew York, ePennsylvania, kanye nase-Ohio

Isithombe
Ibalazwe lomlando weBandla 3

Nyakatho

Toronto

IChibi eliKhulu i-Ontario

Rochester

IChibi eliKhulu i-Huron

UMfula owaKhiweyo i-Erie

Palmyra

Mendon

Buffalo

Fayette

Manchester

South Bainbridge

Perrysburg

Freedom

Idolobha elincane laseFarmington

Colesville

New York

IKhaya likaJoseph Knight OmDala

IChibi eliKhulu i-Erie

Canada

IKhaya likaJoseph Smith omNcane

Melika

Thompson

UMfula iSusquehanna

Harmony

Cleveland

Kirtland

Pennsylvania

Ohio

Amherst

Orange

Hiram

Amakhilomitha

0 50 100 150 200

A B C D E F G H

1 2 3 4

1

2

3

4

5

6

7

8

9

10

  1. South Bainbridge UJoseph Smith omNcane kanye no-Emma Hale bashadela lapha ngomhlaka 18 Januwari 1827 (bheka kuJS—uMl. 1:57).

  2. Colesville Igatsha lokuqala leBandla lamiswa ekhaya likaJoseph Knight omDala, edolobheni elincane laseColesville, ngo 1830.

  3. IKhaya likaJoseph Smith omNcane eHarmony Ukuhunyushwa okuningi kweNcwadi kaMormoni kwaqedelwa lapha. Ubuphristi babuyiselwa maduze nalapha ngo 1829 (bheka kwi Mf&V 13; 128:20; JS—uMl. 1:71–72).

  4. Fayette OFakazi abaThathu babona izingcwephe zegolide kanye nengelosi uMoroni lapha (Mf&V 17). Ukuhunyushwa kweNcwadi kaMormoni kwaqedelwa lapha ngoJuni 1829. IBandla lamiswa lapha ngomhlaka 6 Epreli 1830 (bheka kwi Mf&V 20–21).

  5. Mendon Ikhaya lasekuqaleni likaBrigham Young kanye noHeber C. Kimball.

  6. Kirtland Abefundisi ababethunyelwe kumaLamani bama lapha ngo 1830 futhi babhabhadisa uSidney Rigdon kanye nabanye endaweni yaseKirtland. Kwakuyi komkhulu leBandla kusuka ngo 1831 kuya ku 1838. Ithempeli lokuqala lalolu hlelo lokwengamela lakhiwa eKirtland futhi lanikelwa ngomhlaka 27 Mashi 1836 (bheka kwiMf&V 109).

  7. UMfula owaKhiweyo i-Erie Amagatsha amathathu eBandla eNew York (eColesville, eFayette, nase Manchester) athutha aya eKirtland, e-Ohio, ngokuhamba ngoMfula owaKhiweyo i-Erie kanye nangeChibi eliKhulu i-Erie, ngo-Epreli kanye nangoMeyi 1831.

  8. Hiram UJoseph kanye no-Emma babehlala lapha kusuka ngoSeptemba 1831 kuya kuSeptemba 1832. UJoseph kanye noSidney Rigdon basebenza ukuHunyushwa kweBhayibheli okwenZiwa nguJoseph Smith (HJS). Izambulo ezatholakala lapha yilezi: Mf&V 1; 65–71; 73; 76–77; 79–81; 99; 133.

  9. Amherst UJoseph Smith wasekelwa njengoMongameli wobuPhristi obuKhulu ngomhlaka 25 Januwari 1832 (bheka kwiMf&V 75).

  10. Toronto Yikhaya likaJohn Taylor, uMongameli wesithathu weBandla, kanye noMary Fielding Smith, umfazi kaHyrum Smith.