Amasu Okufunda
HJS, IziKronike Ⅰ 21


HJS, IziKronike Ⅰ 21:15. Qhathanisa IziKronike Ⅰ 21:15

UNkulunkulu umisa ingelosi ukuba ibhubhise iJerusalema.

15 UNkulunkulu wathumela ingelosi eJerusalema ukuba iyolibhubhisa. Ingelosi yelulela isandla sayo eJerusalema ukuba iyibhubhise; kodwa uNkulunkulu wathi engelosini, “Buyisa isandla sakho manje, sekwanele;” ngokuba ngesikhathi isabhubhisa, iNkosi yambona u-Israyeli, ukuthi wayesephenduka ebubini; ngakho-ke iNkosi yayimisa ingelosi eyayibhubhisa, ngesikhathi imi ngasesibuyeni sika-Orinani, umJebusi.