Amasu Okufunda
HJS, Ⅰ kuThimothewu 2


HJS, Ⅰ kuThimothewu 2:4. Qhathanisa nencwadi Ⅰ kuThimothewu 2:4

UKristu nguye iNdodana eZelwe Yodwa noMlamuleli.

4 Othanda ukuba abantu bonke basindiswe, futhi nokuthi bafinyelele ekulazini iqiniso elikuKristu uJesu, oyiNdodana eZelwe Yodwa kaNkulunkulu, futhi ogcotshwe ukuba ngumlamuleli phakathi kukaNkulunkulu nabantu; okunguNkulunkulu munye, nonamandla phezu kwabantu bonke.