ImiBhalo eNgcwele
Umfanekiso wokuqala


UmFanekiso othathwe Encwadini ka-Abrahama

Owokuqala

Isithombe
Umfanekiso wokuqala

Incazelo

Umdwebo 1. INgelosi yeNkosi.

Umdwebo 2. U-Abrahama uboshelwe kwi-altare

Umdwebo 3. Umphristi okhonza izithixo ka-Elkena ezama ukunikela u-Abrahama njengomnikelo.

Umdwebo 4. I-Altare leminikelo yabaphristi abakhonza izithixo, elime phambi konkulunkulu ba-Elkena, baLibna, baMamakra, baKorashi, kanye nabaFaro.

Umdwebo 5. Unkulunkulu oyisithixo ka-Elkena.

Umdwebo 6. Unkulunkulu oyisithixo kaLibna.

Umdwebo 7. Unkulunkulu oyisithixo kaMamakra.

Umdwebo 8. Unkulunkulu oyisithixo kaKorashi.

Umdwebo 9. Unkulunkulu oyisithixo kaFaro.

Umdwebo 10. U-Abrahama eseGibithe.

Umdwebo 11. Kuhloswe ukufanekisa izinsika zasezulwini, njengoba zaziqondwa ngabaseGibithe.

Umdwebo 12. IRawukiyangi, ekhombisa isibhakabhaka, noma umkhathi phezu kwamakhanda ethu; kodwa kulokhu, maqondana nalesi sihloko, abaseGibithe babeqonde ukukhombisa iShawumawu, ukuba phezulu, noma amazulu, okufana negama lesiHeberu, elithi Shawumayimu.