uJesu Kristu
UkuBusiswa kwaManzi


UkuBusiswa kwaManzi

O Nkulunkulu, Baba waPhakade,
siyakucela egameni leNdodana yakho, uJesu Kristu,
ukuba ubusise futhi ungcwelise lamanzi
emiphefumulweni yabo bonke labo abawaphuzayo,
ukuze bakwenze lokho bekhumbula igazi leNdodana yakho,
elachithelwa bona; ukuze bakhombise kuwe, O Nkulunkulu, Baba waPhakade,
ukuthi bayayikhumbula njalo,
ukuze babe noMoya wayo.
Amen.