Amasu Okufunda
HJS, NgokukaMathewu 11


HJS, NgokukaMathewu 11:13–15. Qhathanisa noMathewu 11:10–11, 13–14

UJohane uMbhabhadisi ungu-Eliya owayezoza ukuzolungisa indlela yoMsindisi.

13 Kepha izinsuku ziyeza, lapho abanodlame bengayikuba namandla; ngokuba bonke abaphrofethi nomthetho baphrofetha ukuthi kufanele kube njalo kuze kufike uJohane.

14 Yebo, abaningi abaphrofetha babikezela ngalezi zinsuku.

15 Uma nizokwemukela lokhu, ngiqinisile, kwakunguye u-Eliya, owayezoza ukuzolungisa zonke izinto.