Amasu Okufunda
HJS, NgokukaMathewu 5


HJS, NgokukaMathewu 5:21. Qhathanisa noMathewu 5:19

Lowo ogcina imiyalelo nofundisa abanye lokho uyosindiswa.

21 Ngakho-ke, lowo ophula owodwa walemiyalelo emincinyane, futhi noyofundisa abantu ukuthi benze njalo, akasoze asindiswe embusweni wezulu; kepha lowo oyigcinayo futhi noyifundisayo lemiyalelo yomthetho ize igcwaliseke, lowo uyothiwa mkhulu, futhi uyosindiswa embusweni wezulu.