Isigaba 116
Isambulo esanikwa uJoseph Smith umPhrofethi, eduze nesiKebhe sikaWight, endaweni ebizwa ngokuthi iSpring Hill, esiFundeni saseDaviess, eMissouri, ngomhlaka 19Â Meyi, 1838.
1 ISpring Hill ibizwa yiNkosi nge-aAdamu-ondi-Ahman, ngokuba, kusho yona, kuyindawo lapho bu-Adamu eyoza khona ukuzovakashela abantu bakhe, noma coMdala weziNsuku eyohlala khona, njengoba kukhulunywe ngakho nguDaniyeli umphrofethi.