ImiBhalo eNgcwele
IMfundiso neziVumelwano 120


Isigaba 120

Isambulo esanikwa ngoJoseph Smith umPhrofethi, eFar West, eMissouri, ngomhlaka 8 Julayi, 1838, esazisa ngokuthi kwenziweni ngezimpahla ezikhokhwe njengokweshumi njengoba kushiwo esambulweni esandulela lesi, isigaba 119.

1 Ngiqinisile, isho kanje iNkosi, isikhathi sesifikile, sokuthi aziyodayiswa ngumkhandlu, owakhiwe ubuMongameli bokuQala beBandla lami, nombhishobhi nomkhandlu wakhe, nomkhandlu wami omkhulu; futhi nangezwi lami kubo, kusho iNkosi. Ngisho kanjalo. Amen.

      • Okung. okweshumi.