Amasu Okufunda
HJS, NgokukaLuka 9


HJS, NgokukaLuka 9:24–25. Qhathanisa noLuka 9:24–25

Ukuzuza ingcebo yomhlaba akulingene nokulahlekelwa yimpilo yakho.

24 Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa impilo yakhe, kufanele avume ukuthi imlahlekele ngenxa yami; futhi yilowo nalowo oyovuma ukulahlekelwa yimpilo yakhe ngenxa yami, uyoyisindisa.

25 Ngokuba kumsiza ngani umuntu uma ezuza izwe lonke, kodwa angamemukeli lowo ogcotshwe nguNkulunkulu, futhi alahlekelwe yimpilo yakhe, yena uqobo lwakhe abe yimbuqa na?