Amasu Okufunda
Busisa, Isibusiso, Obusisiweyo


Busisa, Isibusiso, Obusisiweyo

Wukunika umusa kaNkulunkulu kumuntu othile. Lokho okuletha intokozo yangempela, inhlala kahle, noma impumelelo kuyisibusiso.

Zonke izibusiso zimiswe emithethweni yaphakade (Mf&V 130:20–21). Ngoba uNkulunkulu ufuna izingane Zakhe zithole injabulo empilweni (2 Nefi 2:25), uzinika izibusiso ngenxa yokuhlonipha kwazo imiyalelo Yakhe (Mf&V 82:10), uma ephendula umkhuleko noma isimiso sobuphristi (Mf&V 19:38; 107:65–67), noma ngomusa Wakhe (2 Nefi 25:23).

Uhide olwaziwayo lokushiwoyo ngokubusiswa yiMbusiso (Math. 5:1–12; 3 Nefi 12:1–12).

Okuvamileyo

Ukubusiswa kwabantwana