Amasu Okufunda
INtaba yaseSinayi


INtaba yaseSinayi

Yintaba ekwingasiQhingi yeSinayi maduzane nayo uMose kanye nabakwa-Israyeli abamisa khona ikamu izinyanga ezintathu emuva kokumuka kwabo eGibhite; ibizwa futhi ngokuthi yiNtaba iHorebe (Eks. 3:1). Lapha uNkulunkulu wanika umthetho Wakhe kuMose emnikela indlu ka-Israyeli; lapha futhi kwakhiwa itabernakele (Eks. 19:2; 20:18; 24:12; 32:15).