Amasu Okufunda
Omsulwa, Ubumsulwa


Omsulwa, Ubumsulwa

Wukungabi naso isono noma icala; ongenacala. Umuntu uba msulwa ngesikhathi imicabango kanye nezenzo zakhe zihlanzekile ngayo yonke indlela. Umuntu owenze isono angaba msulwa ngokholo kuJesu Kristu, ngokuphenduka, kanye nangokwemukela izimiso zevangeli.