Amasu Okufunda
1. IsiXhobo esiNgcwele


1. IsiXhobo esiNgcwele

Isithombe
isithombe 1

IsiXhobo esiNgcwele sitholakala emadolobheni amancane asePalmyra kanye nawaseManchester, eNew York. Lesi sixhobo semithi simi nje entshonalanga nalapho umuzi wezingodo womndeni wakwaSmith wawutholakala khona ngo 1820.

Isehlakalo Esibalulekile: Ukuvela kukaNkulunkulu uBaba kanye neNdodana Yakhe, uJesu Kristu, kuMprofethi uJoseph Smith kwenzeka kulesi sixhobo (JS—uMl. 1:14–20).