Amasu Okufunda
7. INdawo yokuQongelela iMpahla kaNewel K. Whitney kanye naHlangene Nabo


7. INdawo yokuQongelela iMpahla kaNewel K. Whitney kanye naHlangene Nabo

Isithombe
isithombe 7

Lendawo yokuqongelela impahla ka Newel K. Whitney yadlala indima enkulu emlandweni weBandla eKirtland. UJoseph kanye no-Emma Smith bahlala lapha isikhashana. Izambulo ezahlukene ezibalulekile zatholwa lapha. IsiKole sabaProfethi sabanjelwa kulendawo yokuqongelela impahla kusuka ngomhlaka 24 Januwari ngo 1833, kwaze kwaba ngesikhathi esithile ku-Epreli ngonyaka ka 1833.

Izehlakalo Ezibalulekile: UMphrofethi uJoseph wathola isambulo seZwi lokuHlakanipha (Mf&V 89). Wenza umsebenzi omningi wokuHunyushwa kweBhayibheli okwenziwa ngu Joseph Smith (HJS) lapha.