Amasu Okufunda
4. IsiTolo sePhephandaba kanye nesokuCindezela sikaGrandin


4. IsiTolo sePhephandaba kanye nesokuCindezela sikaGrandin

Isithombe
isithombe 4

Isitolo esibuyiselwe sokucindezela sika Egbert B. Grandin ePalmyra, eNew York, lapho kwakhishwa khona iNcwadi kaMormoni yokuqala ngonyaka ka 1830. UMartin Harris wabambisa ngepulazi lakhe futhi wathengisa ingxenye yalo ukuze akhokhele izindleko zokucindezela amakhophi ayizinkulungwane ezinhlanu zeNcwadi kaMormoni. Ukulungiswa kokulotshiweyo kwaqala ngo-Agasti 1829, futhi amakhophi ayeseqediwe atholakala ngomhlaka 26 Mashi 1830.

Isehlakalo Esibalulekile: UMartin Harris wayalwa ukuba anike impahla yakhe ngesihle ukuze akhokhe isikweletu sokucindezela iNcwadi kaMormoni (Mf&V 19:26–35).