Amasu Okufunda
3. INdlu yeziNgodo kaJoseph Smith omDala


3. INdlu yeziNgodo kaJoseph Smith omDala

Isithombe
isithombe 3

Ngumlinganiso wekhaya likaJoseph Smith omDala, elakhiwe esizeni sendlu yezingodo yokuqala maduze nasePalmyra, eNew York. Umndeni wakwaSmith wakha ikhaya lokuqala lezingodo elalinendawo engaphansi kophahla kungekudala befikile ePalmyra. Lomndeni wahlala lapha kusuka ngonyaka ka 1819 kuya kunyaka ka 1825.

Izehlakalo Ezibalulekile: UMprofethi uJoseph Smith wayefunda iBhayibheli kulendlu ngesikhathi elwa nokufunda ukuthi yiliphi ibandla eliyiqiniso (JS—uMl. 1:11–13). UMoroni wavela kuJoseph futhi wamtshela ngezingcwephe zeNcwadi kaMormoni (JS—uMl. 1:30–47).