Amasu Okufunda
Icala lemali


Icala lemali

Njengokusetshenziswa emibhalweni engcwele, imali noma impahla ekweletwa komunye ibanga ukuthi obolekiwe abe sebugqilini obuthize. Ngomunye umqondo, uJesu wafundisa ukuthi kufanele sicele uBaba ukuba asithethelele amacala ethu, noma asikhulule ekujezisweni ngenxa yezono zethu—ngeNhlawulo kaJesu Kristu—emuva kokuba sesibaxolele abanye ngezinengiso abazenza kithi (Math. 6:12; 3 Nefi 13:11).