Amasu Okufunda
UMoya oNgcwele weseThembiso


UMoya oNgcwele weseThembiso

UMoya oNgcwele unguMoya oNgcwele weseThembiso (IzE. 2:33). Uyaqinisa ukwamukeleka kuNkulunkulu kwezenzo zokulunga, izimiso, kanye nezivumelwano zabantu. UMoya oNgcwele weseThembiso uyafakaza kuBaba ukuthi izimiso zensindiso zenziwe ngokuyikho futhi nokuthi izivumelwano ezihambisana nazo zigciniwe.