Amasu Okufunda
Fundisa, Umfundisi


Fundisa, Umfundisi

Wukunika ulwazi kwabanye, ikakhulukazi ngamaqiniso evangeli, futhi nokubaholela ekulungeni. Labo abafundisa ivangeli kufanele baboniswe nguMoya. Bonke abazali bangabafundisi phakathi emndenini yabo. AbaNgcwele kufanele bafune futhi bavume ukwemukela imiyalelo eNkosini kanye nakubaholi Bayo.

Ukufundisa ngoMoya