Amasu Okufunda
Isibonakaliso


Isibonakaliso

Emibhalweni engcwele, yifulegi noma wumgomo abantu abahlangana kuwo ukuba babe munye ngenhloso noma ngokuba yibo uqobo. Ezikhathini zakudala ifulegi laliba yilapho amabutho ahlangana khona empini. INcwadi kaMormoni kanye neBandla likaJesu Kristu yifulegi eliwuphawu kuzo zonke izizwe zomhlaba.