Amasu Okufunda
Umuthi womhlwathi


Umuthi womhlwathi

Ngumuthi owawandile kwa-Israyeli futhi wawusetshenziswa kakhulu kwezolimo emazweni aseBhayibhelini. Ukhuliselwa izinkuni, izithelo, kanye namafutha awo. Umuthi womhlwathi usetshenziswa kaningi emibhalweni engcwele ukufanisa indlu ka-Israyeli.