Amasu Okufunda
Nehori


Nehori

Yindoda enobubi eNcwadini kaMormoni. UNehori ngomunye wabokuqala ukwenza ubuphristi-mbumbulu phakathi kwamaNefi. Emuva kokufundisa imfundiso engamanga futhi nokubulala uGideyoni, uNehori wabulawa ngamacala akhe anzima (Alima 1). Abalandeli baNehori baqhubeka nemikhuba yakhe yobubi kanye nezimfundiso zakhe isikhathi eside emuva kokufa kukaNehori.