Amasu Okufunda
Isipho sokwahlukanisa


Isipho sokwahlukanisa

Wukuqonda noma wukwazi into ngamadla oMoya. Isipho sokwahlukanisa ngesinye sezipho zoMoya. Sihlanganisa ukuqonda ngobunjalo bangempela babantu futhi nomsuka nencazelo yezibonakaliso zomoya.