Amasu Okufunda
Izwi


Izwi

Njengokusetshenziswa emibhalweni engcwele, kwesinye isikhathi kungumyalezo ozwakalayo okhulunywa yiNkosi noma yizithunywa Zayo. Izwi likaMoya nalo futhi lingezwakala futhi libhekiswe enhliziyweni noma engqondweni.