Amasu Okufunda
Inkululeko, Okhululekileyo


Inkululeko, Okhululekileyo

Ngamandla noma wukukwazi komuntu uqobo kokuba azikhethele ngaphandle kokuphoqwa. Ngokomoya, umuntu ophendukayo futhi nothobela intando kaNkulunkulu ukhululekile ebugqilini besono ngeNhlawulo kaJesu Kristu (Mosiya 5:8).