Amasu Okufunda
Hyde, Orson


Hyde, Orson

Yilungu lomGwamanda wokuqala wabaPhostoli abayiShumi namBili ababizwa kulolu hlelo lokwengamela. (Mf&V 68:1–3; 75:13; 102:3; 124:128–129). Wenza imisebenzi eminingi yokufundisa ivangeli yeBandla, kuhlanganisa nokungcwelisa iZwe eliNgcwele ngonyaka ka1841 ukuze kubuye abantu abangamaJuda.